Lrc Player

Eweni

Unknown artist
[06:04.18]·
This lyric sheet isn't paired with a song yet, so lines are shown but won't sync or seek.

[00:11.14] Sala kutshelwa, mhlambe yimi

[00:22.34] Mhlamee ngiyobona ngomopho

[00:27.93] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[00:33.51] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[00:39.11] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[00:44.68] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[00:50.26] Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)

[00:55.41] Angibambeki, angikhuzeki

[01:01.79] Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe

[01:06.88] Angibambeki

[01:20.29] Ngangikulobole ngenhloso eyodwa

[01:24.09] Ngangithanda ukuma kwakho

[01:26.35] Ngangingazitsheli ukuthi koze...

[01:32.19] Ngangikulobole ngenhloso eyodwa

[01:36.74] Ngangichazwa ukuma kwakho

[01:39.29] Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje

[01:45.65] Ngangikulobole ngenhloso eyodwa

[01:49.24] Ngangichazwa ukuma kwakho

[01:52.03] Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje

[01:57.89] Namhlanje ungumkami, ungumkami

[02:03.26] Ngangingazitsheli ukuthi koze kufike namhlanje

[02:10.86] Ngangikulobole ngenhloso eyodwa

[02:20.83] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[02:26.44] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[02:32.05] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[02:37.87] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[02:43.48] Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)

[02:48.31] Angibambeki, angikhuzeki

[02:54.15] Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe

[03:00.03] Angibambeki

[03:11.92] Yeyi, bengafun' ukuzwa lutho

[03:15.47] Beng'ngak'funga ukufa kom'ntu

[03:18.32] Ng'yafunga, ngiyaghomela

[03:23.94] Makakuhluph' umuntu kulokhu

[03:26.23] Belingaqhuma ukhuni kumuntu

[03:29.26] Beng'ngacuphu [?] umuntu

[03:32.11] Wami engim'thandayo, oh yeah

[03:38.74] Yena ulubambo, oh

[03:51.22] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[03:56.85] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[04:02.47] Ukukuthanda kwami ngathi kuzongiholela ekufeni

[04:08.06] Angisaboni noma konakala ngiwela eweni

[04:13.61] Ngisho abafwethu (mabengibonisa ngawe)

[04:18.69] Angibambeki, angikhuzeki

[04:25.01] Ngisho ekhaya mabengibonisa ngawe

[04:29.83] Angibambeki