DJ maphorisa amablesser lyrics
[00:18.75] Uyaz' uk'thand umuntu uvele ugcwale ngaye
[00:24.35] Uvel' ubon i-straight
[00:26.14] Uvele ubon' umshado
[00:27.40] Ngisho uma wey'ngane
[00:29.94] Impilo yakho yonk' iphelele wena um' unaye
[00:35.31] Kanti yena ufun' ukuhamba
[00:37.84] Ufuna uk'bona abanye
[00:40.88] Mina ang'sazi ng'thini, ang'sazi ng'thini ye
[00:46.71] Ak'phileki ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami
[00:52.09] Ngob' uthen' akasang'thand ucela ngimyeke
[00:57.92] Uhambile uma-baby
[00:59.97] Uhambile uma-baby yea
[01:03.80] Uhambe namablesser
[01:05.08] Uhambe namablesser wooaa
[01:15.38] Beng'nentombi mina, intombi mina aah
[01:20.94] Beng'nentombi mina, intombi mina aah
[01:26.56] Kodwa wakhetha ukung'shiya aah
[01:33.95] Ukung'shiya
[01:37.49] U-lovey wam uhambe namablesser
[01:40.01] Uhambe namablesser aah
[01:44.11] Bathath' umunt' wam
[01:45.62] Bathath' isthandwa sam why
[01:49.18] Nom' ungahamb' uzong' khumbula aah
[01:59.92] U-lovey wam uhambe namablesser
[02:02.22] Uhambe namablesser wahamba
[02:11.36] Ihambil' intombi kamjita, ay ulova
[02:17.18] Usho in front of phamb' kwabantu
[02:19.47] Wathi "it's over"
[02:25.63] Mina ang'nanto weeh
[02:28.40] Mina ang'nalutho, mina
[02:31.22] 'Maningthathela yena nithi ngenzenjani?
[02:36.83] 'Maningthathela yena nithi ng'thande bani?
[02:42.68] Wentomb' yam we
[02:45.46] Wentomb yam wena aah
[02:49.03] Buyel ekhaya aah
[02:53.86] Uma ningthathela yena nithi ngthembe bani?
[02:59.40] Uma ningthathela yena nithi ngthande bani?
[03:05.23] Wentomb' yaaaaaaaaam
