Umthwalo
[00:06.27] Yeah you know it
[00:20.99] Lalela, lalela
[00:23.83] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[00:26.75] Impela linzima ijoka lam'
[00:29.60] Woza ngapha ungiphumuze
[00:32.25] Mamela, mamela
[00:35.18] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[00:38.09] Impela linzima ijoka lam'
[00:41.02] Yizapha undiphumuze
[00:43.67] Uyoba yini wena, ongabazi ubunzima bempilo?
[00:49.70] Mhla ukuhlwa kufika, uyokhala ungashawanga
[00:55.28] Uyokhala ngomama, ukhale ngobaba
[00:58.21] Kanti bonke abazi lutho
[01:00.87] K'phela nje wena bhekana nenkinga (Mhlobo wam' uk' give up-er ak'sizi)
[01:05.83] Uthi uyamemeza “ilizwe likuguqukele”
[01:09.55] Uyamemeza ucela bekulekelele
[01:12.21] Bakufulathele bonke babheke le
[01:15.13] Kwenzakalani kwelakithi?
[01:18.07] Nhlupheko yomuntu abayigqizi qakala
[01:23.91] Kunzima nokukhala, uyomangala kuba?
[01:29.67] Lalela, lalela
[01:32.33] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[01:35.25] Impela linzima ijoka lam'
[01:38.17] Woza ngapha ungiphumuze
[01:40.82] Mamela, mamela
[01:43.75] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[01:46.66] Impela linzima ijoka lam'
[01:49.60] Yizapha undiphumuze
[01:53.06] Shwele, shwele ngiyakhala
[01:55.45] Ngemizamo yami engaphumelelanga
[01:58.37] Ngiyangqongqoza iminyango iyavalwa
[02:01.22] Mangimemeza kuyosabela bani na?
[02:04.59] Ib'hlungu inhliziyo yami
[02:06.90] Nasebusuku angisalali
[02:10.08] Ngiyayizama impilo akulungi
[02:13.00] Ngiphatheke kabi ngiyalila
[02:15.92] Kunzima nokuletha isinkwa ekhaya
[02:19.29] Amaphupho ayashabalala
[02:22.21] Ngiphelelwe amandla
[02:24.60] Ngiphelelwe ithemba
[02:26.73] Lalela, lalela
[02:29.65] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[02:32.30] Impela linzima ijoka lam'
[02:35.23] Woza ngapha ungiphumuze
[02:37.88] Mamela, mamela
[02:40.80] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[02:43.72] Impela linzima ijoka lam'
[02:46.65] Yizapha undiphumuze
[02:49.57] Lalela, lalela
[02:52.22] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[02:55.15] Impela linzima ijoka lam'
[02:58.07] Woza ngapha ungiphumuze
[03:00.99] Mamela, mamela
[03:03.65] Hay' uyasinda umthwalo wam'
[03:06.57] Impela linzima ijoka lam'
[03:09.22] Yizapha undiphumuze
