Lrc Player

02 Incwadi Kababa (feat_ Mnqobi Yazo)

Unknown artist
[03:54.00]·Synced by Guest·
This lyric sheet isn't paired with a song yet, so lines are shown but won't sync or seek.

[00:07.85] Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo

[00:13.96] Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo

[00:19.02] Noma ngishona lena akulungi

[00:24.34] Bathi igceke lingcolile ngaxosha iy'ngane kabuhlungu

[00:30.47] Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngabe niyangithanda bantabami)

[00:36.31] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba (Ngoba ngizowushiya lomhlaba)

[00:41.65] Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngabe niyangithanda bantabami)

[00:47.24] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba (Ngizowushiya noma inini lomhlaba ngane zami)

[00:52.81] Fis'ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngane zami obantabami)

[00:58.66] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba

[01:03.97] Mndeni wami sewangishiya

[01:06.90] Mndeni wami sewangishiya

[01:07.96] Abantwana bami sebeyangiphika

[01:10.88] Sengaphenduka umoya ongena kuthula angina kuphila

[01:14.07] Nenhliziyo yami mhlambe masingashaya ayina kungisinda

[01:18.05] Ngikubhekile ukukhanya ngakulinda

[01:20.44] Leyincwadi yami yokugcina

[01:22.59] Nawe njengoba uhleka izinkinga zami mhlambe ungibona okokugcina

[01:26.84] Ngizothanda ukuxolisa ko dado bami njеngoba ngahluleka ukuba khulisa

[01:31.35] Ithuba lokuba nobaba ezimpliweni zеnu nganincisha

[01:35.34] Ngiyaxolisa

[01:36.93] Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo

[01:42.25] Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo

[01:48.08] Noma ngishona lena akulungi

[01:53.40] Bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[01:58.98] Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngabe niyangithanda bantabami)

[02:04.83] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba (Ngoba ngizowushiya lomhlaba)

[02:11.20] Mndeni wami sewangishiya

[02:12.79] Mndeni wami sewangishiya

[02:14.38] Akeh' ojatshuliswa ukungbona ngisaphila

[02:17.33] Wemama njengoba waxosha umkami

[02:19.72] Wawungazi yini ukuthi ngelinye ilanga ngiyomdinga

[02:22.91] Ngisho ngoba phela sewalala kobandayo mina izinkinga zinginikina

[02:27.43] Kanti ukujabula kwami kuwe kwakuyinkinga

[02:30.35] Wawudli ibhizimusi kababa

[02:31.68] Wadedela amadimoni angilinga, ngaphinga

[02:35.40] Abantwana bami sebeyangiphika

[02:37.26] Kodwa mhlambe

[02:38.85] Mhlambe nezami izinsuku zami zokujabula ziyofika ngelinye ilanga

[02:43.38] Kunalento engiyizwa eshayi inhliziyo njalo

[02:48.97] Lento kuthiwa ivale zonke izinto zami mawo

[02:54.27] Noma ngishona lena akulungi

[03:00.12] Bathi igceke lingcolile ngaxosha iingane kabuhlungu

[03:05.69] Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngabe niyangithanda bantabami)

[03:11.27] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba (Ngoba ngizowushiya lomhlaba)

[03:16.86] Fis' ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngabe niyangithanda bantabami)

[03:22.43] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba (Ngizowushiya noma inini lomhlaba ngane zami)

[03:27.74] Fis'ukwazi ukuthi ngabeniyangithanda (Ngane zami obantabami)

[03:33.61] Nami ngingaze ngiwushiye lomhlaba