Lrc Player

Memeza ft. Sjava

Blaq Diamond
[06:05.90]·
This lyric sheet isn't paired with a song yet, so lines are shown but won't sync or seek.

[00:35.48] Sengize ngasha nezwi ngimemeza

[00:40.43] Ngimemeza

[00:43.10] Kodwa akekh' osabelayo

[00:47.00] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)

[00:51.59] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)

[00:56.00] Kodwa akekh' osabelayo

[00:59.00] Kodwa makumemeza bona hhayi

[01:03.59] I'm always there when they need me,

[01:04.52] They need me, they need me ngiyasabela

[01:09.01] Kodwa makumemeza bona hhayi

[01:16.20] I'm always there when they need me,

[01:17.37] They need me, they need me ngiyasabela

[01:22.10] We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli

[01:27.03] Eyanenza ningasabeli mangikhala nami

[01:33.35] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana

[01:39.00] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana

[01:44.55] Oh kanti nginamanga, nginamanga,

[01:46.58] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa

[01:50.00] Oh kanti nginamanga, nginamanga,

[01:52.58] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina

[01:57.05] Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu

[02:03.00] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala

[02:07.00] Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu

[02:15.03] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala

[02:19.58] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo

[02:24.48] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa

[02:31.10] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo

[02:37.15] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa

[02:44.30] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)

[02:48.58] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)

[02:53.00] Kodwa akekh' osabelayo

[02:56.45] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)

[03:01.00] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)

[03:03.80] Kodwa akekh' osabelayo

[03:06.05] Kodwa makumemeza bona hhayi

[03:13.23] I'm always there when they need me,

[03:14.37] They need me, they need me ngiyasabela

[03:19.00] Kodwa makumemeza bona hhayi

[03:24.99] I'm always there when they need me,

[03:25.76] They need me, they need me ngiyasabela

[03:32.45] Makuwuwe ngikhala nawe

[03:38.59] Makuyimi ngikhala ngedwa

[03:44.50] Makuyimi ngikhala nawe

[03:49.59] Makuyimi ngikhala ngedwa

[03:56.12] Sengiqanjwe negama elisha

[04:02.20] Thu "Mabizw' asabele"

[04:04.58] Hlala nami Nkosi

[04:07.53] Sengiqanjwe negama elisha weeh

[04:13.80] Thu "Mabizw' asabele"

[04:16.65] Tha angilifuni

[04:20.00] Namhlanje kunje kunje kunje

[04:25.49] Ngenxa yokulunga kwami

[04:26.85] I care too much

[04:30.81] Namhlanje kunje kunje kunjena nje

[04:37.00] Ngenxa yokulunga kwami

[04:39.47] I care too much

[04:42.30] Sengize ngasha nezwi ngimemeza

[04:45.66] Ngimemeza

[04:49.73] Kodwa akekh' osabelayo

[04:53.60] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)

[04:58.50] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)

[05:02.88] Kodwa akekh' osabelayo

[05:05.02] Kodwa makumemeza bona hhayi

[05:10.82] I'm always there when they need me,

[05:11.58] They need me, they need me ngiyasabela

[05:16.65] Kodwa makumemeza bona hhayi

[05:22.90] I'm always there when they need me,

[05:23.45] They need me, they need me ngiyasabela

[05:37.15] Kodwa akekh' osabelayo