Umcebo
[00:10.97] Chorus]
[00:15.01] Webaba mabecela kuwe
[00:32.51] Bacela amandla bacel'umcebo
[00:34.71] Mina ngcil' uthando nenhlakanipho, mhhh
[00:43.96] Webaba mabecela kuwe
[00:47.98] Bacela amandla bacel'umcebo
[00:51.23] Mina ngcil' uthando nenhlakanipho, mhhh
[00:59.24] Ngith' umcebo wemali endodeni
[01:03.21] Engenalo uthando udala umona, nenzondo
[01:10.02] Kugcina kuphuma imphefumulo
[01:14.00] Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
[01:20.80] Sebenzisa ngendlel'ewrong
[01:24.95] Kugcina kuphuma imphefumulo
[01:33.24] Ngicela isibusiso engiyophila naso ingunaphakade
[01:37.49] Ngoba lokhu kwasemhlabeni ngeke ngihambe nakho kuyasala
[01:48.02] Ayipheleli ekufeni impilo ayipheleli emgodini, wеh
[01:55.48] Ungakhohlwa ukuthi usazoba idlozi emdenini wakho
[02:02.49] Baba ngicela inhliziyo еyamukelayo
[02:10.24] Ngizokwazi ukbhekana nezimo ez'ngehlelayo
[02:18.23] Webaba mabecela kuwe
[02:27.00] Bacela amandla bacel'umcebo
[02:27.29] Mina ngcil' uthando nenhlakanipho, mhhh
[02:33.20] Webaba mabecela kuwe
[02:35.46] Bacela amandla bacel'umcebo
[02:38.45] Mina ngcil' uthando nenhlakanipho, mhhh
[02:48.24] Ngith' umcebo wemali endodeni
[02:52.47] Engenalo uthando udala umona, nenzondo
[02:53.99] Kugcina kuphuma imphefumulo
[03:03.49] Ay'ngozi amandla asezandleni zendodeni engenayo inhlakanipho
[03:09.49] Sebenzisa ngendlel'ewrong
[03:13.71] Kugcina kuphuma imphefumulo
