Maduze
[00:09.11] Noma ngabe ukude kunami
[00:11.84] Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami
[00:16.83] Maye ng'yazizonda lezontaba mama ezing'sithela ulovie wami
[00:26.86] Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku
[00:33.08] Ng'zokubona maduze
[00:38.86] Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku
[00:43.42] Ng'zokubona maduze
[00:48.63] Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze
[00:53.40] Maduze, duze, khaw'duze ndiphuze
[01:08.34] Ng'cel'uyiphathe khahle, lapho ukhona, darlie
[01:13.86] Nami ng'phatha khahle
[01:17.57] Ayukuthi angikwethembi
[01:20.12] Yazi ilingo, darlie hlale yikhona endleleni
[01:26.08] Inkumbulo, inkumbulo
[01:31.10] Ng'yazi, darliе uyafa inkumbulo
[01:36.11] Ng'cela uqaphele inkanuko, inkanuko
[01:41.34] Ayumzwangеndwa uba nenkanuko
[01:47.09] Mayefika amajongo
[01:49.34] Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu
[01:56.61] Mayefika ezo shela amajongo
[02:00.36] Uwatshele ukuthi wena uqome le kwaZulu
[02:05.07] O ntaba dilika
[02:09.08] Ng'bone isthandwa sami
[02:11.83] Ay'umama ubiza
[02:17.09] Noma ngabe ukude kunami
[02:20.58] Kodwa uyohlale ukhona enhlizweni yami
[02:25.56] Maye ng'yazizonda lezontaba, mama ezing'sithela ulovie wami
[02:35.07] Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku
[02:41.30] Ng'zokubona maduze
[02:46.12] Bhekezela sthandwa sami, kusele iz'nsuku
[02:50.09] Ng'zokubona maduze
[02:55.87] Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze
[03:00.58] Maduze, duze, khaw'duze ngiphuze
